Q, eMlaza, eyabulawa ngesihluku ngo-Agasti nyakenye, ngesikhathi uzwa kuthiwa ummangalelwa owayengumakhelwane ngaleso ...
SEKUQUBUKE umsindo omusha ngomholi wenkolo yabafundi bakaJesu okukhulunywe ngayo kakhulu ezinyangeni ezedlule lapho abantu ...
A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
IPHINDE yathola enye imbibizane Inkosi ebhekene namacala amathathu okubulala, uSiphiwe Erick Zuma, kuchithwa isicelo sayo sebheyili. INkantolo yesiFunda eMgungundlovu ichithe isicelo seNkosi ecaleni ...
OWAYENGUNOZINTI weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, usezwakalise ukukhathazeka ngomkhuba wamaqembu eBetway Premiership wokwenyusa imali uma Amakhosi efuna ukudayiselwa abadlali. IChiefs isasayinise ...
USHAUWN "MaMkhize" Mkhize owayengusihlalo weRoyal AM eyaxoshwa kwiPremier Soccer League (PSL), udalule ukuthi kumelaphile ukuqala kabusha eSwatini, lapho esephethe khona iMbabane Highlanders AM FC.
SESIVALIWE isikhala esivuleke ngokushona komholi we-ANC esiShayamthetho KwaZulu-Natal, uDkt Ntuthuko Mahlaba. UMahlaba udlule emhlabeni emasontweni amabili edlule evelelwa yingozi yokushayiswa yimoto ...
Kuthuthukiswe iDashing ne-X70 Plus okuyizimoto iJetour eyazethula ngazo eNingizimu Afrika ngo-2024. Le nkampani yaseChina ingenye yezindlondlobala ngamandla kuleli futhi isanda kuqinisekisa ukuthi ...
Inkonzo yomngcwabo womlingisi uSeputla Sebogodi, izobanjelwa e-Jack Botes Hall ePolokwane ngoMgqibelo ekuseni. Lo mlingisi oneminyaka engu-63 ubudala udlule emhlabeni ngoLwesithathu mhla ziyi-15 ...
NgoLwesibili, mhla aa-21 kuJulayi 2026, amalungu oKlebe avela ophikweni olubhekene nokuphenya amacala enkohlakalo, eThekwini, (Durban Serious Corruption Investigation) abophe owayengumeya kaMasipala ...
USALE udidekile umphakathi wakwa-A, eMlaza, ngemuva kokuba ngoLwesihlanu, kudutshulwe kwabulawa uMnuz Nhlako Cele (28) oyindodana yenyanga eyayidumile kakhulu kuleli lokishi nayo eyafa ngokudutshulwa, ...
Inkantolo eNkulu yaseGoli ikhiphe umyalelo wokudliwa kwempahla ephethwe yiqembu elibizwa ngeMaumela Syndicate. Lo myalelo ulandela umyalelo wokugcinwa kwempahla owakhishwa yinkantolo ngomhlaka-14 ...