UMA wake watshela umphathi wakho emsebenzini ukuthi uxinwe wumkhuhlane noma ukhishwa yisisu kodwa ube wazi kahle ukuthi udinga ukuphumula uphumuze ingqondo, yazi ukuthi awuwedwa ngoba baningi abanye ...
USALE udidekile umphakathi wakwa-A, eMlaza, ngemuva kokuba ngoLwesihlanu, kudutshulwe kwabulawa uMnuz Nhlako Cele (28) oyindodana yenyanga eyayidumile kakhulu kuleli lokishi nayo eyafa ngokudutshulwa, ...
IPHINDE yathola enye imbibizane Inkosi ebhekene namacala amathathu okubulala, uSiphiwe Erick Zuma, kuchithwa isicelo sayo sebheyili. INkantolo yesiFunda eMgungundlovu ichithe isicelo seNkosi ecaleni ...
Inkonzo yomngcwabo womlingisi uSeputla Sebogodi, izobanjelwa e-Jack Botes Hall ePolokwane ngoMgqibelo ekuseni. Lo mlingisi oneminyaka engu-63 ubudala udlule emhlabeni ngoLwesithathu mhla ziyi-15 ...
OMUNYE wabadlali abazifake ezinhliziyweni zabalandeli beKaizer Chiefs ngesizini edlule, uSiphesihle Ndlovu, ubheke ukuthi kucace ngeToyota Cup ukuthi bayashesha noma bathatha isikhathi ukubamba ...
SESIVALIWE isikhala esivuleke ngokushona komholi we-ANC esiShayamthetho KwaZulu-Natal, uDkt Ntuthuko Mahlaba. UMahlaba udlule emhlabeni emasontweni amabili edlule evelelwa yingozi yokushayiswa yimoto ...
UTUSA ukungazenyezi ngobubona uQuality Biyela othi yikho osekwenza kube nesasasa ngempilo yamabhinca. UQuality ukhuluma kanjena nje, ngo-8 ebusuku, ngoJulayi 31, kuzoqala uhlelo okuthiwa Amabhinca ...
MHLELI: NgoJuni 30, 2026, abantu bakhuluma bakhombisa uhulumeni ophethe ukuthi bafuna ukuphathwa kanjani. Nginjwayele ukuzwa abacikozayo bethi bawuhulumeni wabantu olalelayo bese benza okuthandwa ...
UTHABO Ntokozo Nzimande, utholakale enecala lokubulala nokunquma ikhanda likagogo wakhe oneminyaka engu-80 ubudala, utshele iNkantolo eNkulu yaseThekwini ngoLwesihlanu ukuthi usalokhu engakholwa ...
UMHOLI wamaNazaretha ohlangothini lwaseBuhleni, uMduduzi "Nyazilwezulu" Shembe, ukhiphe umyalelo wokuba kungaphinde kube nomuntu ozoshutha iSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini uma sizenzela izinto ...
USIYABONGA “Zozo” Mabaso ongumgibeli kaMpendulo, okuyihhashi elidle ubhedu emjahweni iDundee July Traditional Horse Race, uqhubeke nomjaho esekhahlelwe yihhashi emlenzeni, wagcina eshaye intambo.
OWAYENGUNOZINTI weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, usezwakalise ukukhathazeka ngomkhuba wamaqembu eBetway Premiership wokwenyusa imali uma Amakhosi efuna ukudayiselwa abadlali. IChiefs isasayinise ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results