UTUSA ukungazenyezi ngobubona uQuality Biyela othi yikho osekwenza kube nesasasa ngempilo yamabhinca. UQuality ukhuluma kanjena nje, ngo-8 ebusuku, ngoJulayi 31, kuzoqala uhlelo okuthiwa Amabhinca ...
OWAYENGUNOZINTI weKaizer Chiefs, u-Itumeleng Khune, usezwakalise ukukhathazeka ngomkhuba wamaqembu eBetway Premiership wokwenyusa imali uma Amakhosi efuna ukudayiselwa abadlali. IChiefs isasayinise ...
IPHINDE yathola enye imbibizane Inkosi ebhekene namacala amathathu okubulala, uSiphiwe Erick Zuma, kuchithwa isicelo sayo sebheyili. INkantolo yesiFunda eMgungundlovu ichithe isicelo seNkosi ecaleni ...
UMHOLI wamaNazaretha ohlangothini lwaseBuhleni, uMduduzi "Nyazilwezulu" Shembe, ukhiphe umyalelo wokuba kungaphinde kube nomuntu ozoshutha iSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini uma sizenzela izinto ...
UMA wake watshela umphathi wakho emsebenzini ukuthi uxinwe wumkhuhlane noma ukhishwa yisisu kodwa ube wazi kahle ukuthi udinga ukuphumula uphumuze ingqondo, yazi ukuthi awuwedwa ngoba baningi abanye ...
UMFUNDISI-MBUMBULU waseDemocratic Republic of Congo (DRC), okuleli ngokungemthetho, osolwa ngamacala okuzama ukubulala phakathi kwamanye, uphile saka emqondweni. Lokhu kushiwo yimantshi izolo, ...
USALE udidekile umphakathi wakwa-A, eMlaza, ngemuva kokuba ngoLwesihlanu, kudutshulwe kwabulawa uMnuz Nhlako Cele (28) oyindodana yenyanga eyayidumile kakhulu kuleli lokishi nayo eyafa ngokudutshulwa, ...
Inkonzo yomngcwabo womlingisi uSeputla Sebogodi, izobanjelwa e-Jack Botes Hall ePolokwane ngoMgqibelo ekuseni. Lo mlingisi oneminyaka engu-63 ubudala udlule emhlabeni ngoLwesithathu mhla ziyi-15 ...
BEKUQALA emlandweni webhola laseNingizimu Afrika kusukela ngo-1998 ukuthi iBafana Bafana idlale eyamaqoqo yeNdebe yoMhlaba ize iyiqede ingenaye umdlali weKaizer Chiefs enkundleni. Nakuba umqhudelwano ...
BAQUNGELE amakhaza abeshubisa umnkantsha ebebethamele iDundee July Experience eBattlefields Country Lodge & Sports Resort, eDundee, kusukela ngempelasonto. Izinkumbi zabantu zithole ingqayizivele ...
OMUNYE wabadlali abazifake ezinhliziyweni zabalandeli beKaizer Chiefs ngesizini edlule, uSiphesihle Ndlovu, ubheke ukuthi kucace ngeToyota Cup ukuthi bayashesha noma bathatha isikhathi ukubamba ...
IGOQWE kusemnandi kakhulu indumezulu yaminyaka yonke iBallito Pro, ehlelwa yinkampani i-O'Neill. Le ndumezulu ehlanganisa imicimbi eyahlukene yaqala ngempelasonto yangomhla ka-7 Julayi njengoba igoqwe ...